USIZI KUFIHLWA ABASHONE KWAXIMBA

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

BAGCWATSHWE izolo abantu abali-19 abashone engozini yetekisi ebelithwele amakholwa ngesonto eledlule, Kwaximba, emgungundlovu. Inkonzo yomgcwabo beyenzelwe ezinkundleni zemidlalo imanzolwandle. Le nkonzo ibihanjelwe ngungqongqoshe wezokuthutha kuzwelonke umnu Joe Maswanganyi, nongqongqoshe wezokuthutha Kwazulu-natal umnu Mxolisi Kaunda, ngudkt Nkosazana Dlamini-zuma, nemeya yetheku unkk Zandile Gumede nabanye. Yizinkumbi zabantu okuhlanganisa kubo namakholwa abethamele umgcwabo.

IZITHOMBE: MBUYISENI NDLOVU

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.