ISIDINGO

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

U-OFENTSE utshela ubarker ukuba ayeke ukuphikisana nesinqumo sokubuyiselwa komhlaba. Uwendy kumele aphume ekhoneni acashe kulo noma abhekane nokuboshwa. Uthabang usabela impilo yakhe njengoba unina eseziphatha ngendlela ehlukile emuva kokumshaya ngesithende. U-ofentse usenkingeni njengoba enyamanambana kubarker, usechaba nobasetsana. Uwendy uzama ukulungisa isimo esidalwe wukuqamba amanga kukalalage kanti uthabang kumele abe wuvanzi ukuqinisekisa ukuthi imfihlo yakhe kayiphunyuki.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.