RHYTHM CITY

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

Mon-fri, e.tv @ 19h00

UMAPULA uthola okuthile okwethusayo ngesikhathi ethi weseka upalesa. Ufats uzama ukubheka u-emmanuel. Umampho ubuyela emsebenzini. Ikilabhu kasuffo iseshwa ngamaphoyisa kutholakala okwethusayo futhi okunyantisa igazi. Uniki ukhathazekile ngokuthi icebo likadavid lingagcina limfake ejele. Amaphoyisa asezithendeni zikasuffo. U-emmanuel usebuyile kanti ushaqekile. Umampho ufunwa ngapha nangapha emsebenzini. U-emmanuel uzama ukuxolisa ngokwenzeke kupalesa. Uvega wesabisa u-emmanuel.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.