GENERATIONS: THE LEGACY

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

Mon-fri, SABC1 @ 20:00

UTAU uyaphuma esandleni. Ugog’ Flo ubiza umhlangano womndeni. Uzitha uzama ukulutha ufana ukuba amnike imininingwane ethile. Izingane zethuswa yingxoxo ethinta ezocansi. Kusuka impi eshibhini egcina iqoshwa ngabathengi. Uwandile wethuswa ngokushiwo ngudadewabo. Ulesedi uphatheke kabi emuva kokuhlambalazeka kwesoka lakhe. Unandi akeneme ngokubona umuntu owadlala ngaye. Ujames uyaqaphela ukuthi usetshenziselwe izidakamizwa.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.