UMYENI ULALA AMA-

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

UMBUZO: UMYENI unokuphuma eya emsebenzini bese engabuyi, afone athi ushodelwa yimali yokubuya uzolala kwamngani wakhe eduze komsebenzi.

Uma ngithi ngisafisa ukwazi kwalo mngani wakhe ake alale khona akafuni, kwala ngisho sengisedolobheni ngithi ngizomhlangabeza emsebenzini yikhona ezongikhombisa kwamngani, cha. Uvele angidakhele ngize ngigoduke ngedwa.

Ngihlushwa yindoda evele nasenkonzweni yasekameleni iwumbhedo, kayingithinti uma kwenzekile, iwelwa yinduku

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.