SCANDAL!

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

UHLENGIWE uthola okuthile okwenza ziqine izinsolo zakhe kanti kukhona indoda ethile ephazamisekayo ngokumbona endaweni ethile.

Uquinton usolwa ngento ethile angenalwazi lwayo. Ulindiwe uthola iqiniso elingemnandi, elimshiya edidekile. Othile akeneme ngokwenzeka ehhotela. Uyvonne uqamba amanga. Uquinton uyamangala futhi akathokozi ngesinqumo sikanina sebhizinisi. Uromeo uhlenga othile. Amanye amanga ngenhloso yokuvikela ugrace. Uyethuka uquinton ukuthola ukuthi othile asondelene naye uzibandakanye ezenzweni ezingalungile.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.