Ilanga Lempelasonto

KNOWLEDGE SIMELANE

-

BASHAYA into ecokeme Abashana baka Mseveni, ungaze udideke uthi kucula umufi umfazomnya­ma. Babuyisa isitayela sakhe kule albhamu. Ishisa ize iyophela, bavuthiwe. Bangaphuth­elwa abantu abathanda umasikandi woqobo onesigqi nokuhlabah­losa.

Zili-10 sezizonke zilandelan­a kanje: Unyaka wamabhinca, Bangiqambe­la amanga, Ngesaba abomndeni, Bazalwane, Amasela, Asilwe nengculazi, Ekhaya komama, ufana nenyoni, Ngikonenga­ni, nethi Ngosuku lwami lokufa. 079 057 3776 yinombolo abatholaka­la kuyo lena.

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa