ISIBAYA

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

USIHLE ubhekene nesinye isimo esinzima. Ubusi uthola iqiniso ngobhekumuzi. Abakwangwenya bayamsola u-iris. Akakhululekile ulethu ngokuvakasha kwephoyisa. Bashaqekile ebhubesini ngokwehlele usihle. Usbu nothandeka ngeke bavumele izindaba ezimbi zibacekele phansi. Ulethu uhlaselwe ngamaphupho nemibono emibi. Umbodla uqinisekisa usamsoni ngobuqotho bakhe. Uthandi uthatha isinqumo esephula inhliziyo, ngobhekumuzi. Ujudas ezithendeni zika-iris. Usihle kufanele abhekane nesimo sakhe esesabekayo.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.