SCANDAL!

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

UROMEO unikezwa omsebenzi onzima kanti umama uvuma ihlazo elithile endodakazini yakhe. Kukhona ababili abathola ukuthi kungenzeka bangalahlekelwa wumsebenzi kodwa umsebenzi akuyona ngempela into abayifunayo. Owesifazane ulangazelele ikusasa nowesilisa angenasiqiniseko ngemizwa yakhe. Udintle ubonakala njengomuntu okunguyena olungele ukwenza umsebenzi othile oyimfihlo. I-ingrid uzizwa ebhekene nengcindezi eholela kokuthile okungekuhle. Uzinzile akeneme neze ngomsebenzi othile wesikole. U-ingrid wenza isinqumo esizoshintsha impilo yakhe.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.