SKEEM SAAM

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

UMEIKIE uthola izindaba ezizokwenza ushintsho lwaphakade. Ucharity uzithola esenkingeni. Ucharity uthola okuthile ngomorothi, futhi usala eshaqekile. Isinyathelo sithishomkhulu ngoleshole sivuna izithelo ebezingalindelekile. Ulelo uthola izindaba ezingemukeleki kuthenjiwe mayelana nabeboshwe naye. Akulula njengoba abantu becabanga kumeikie ukuvele ahlukane nojohn. Uthishomkhulu uphoqeleka ukudansela isigingci sikamabitshela. Ucharity uzwa into enzima endodaneni.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.