ISITHOMBE SESONTO

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

NAKUBA yenzeke ngesonto eledlule indaba yokushona kukasandile “Chillies” Bhengu wasemlazi, enyakatho yetheku, odutshulwe ngamaphoyisa ngolwesithathu, kodwa iqhubekile nakuleli sonto nokuhamba phambili emithonjeni yabezindaba nasezinkundleni zokuxhumana. Uchillies odume ngokudunwa kwezimoto ugcwatshwe izolo ngomgqibelo kanti kusukela eshonile isimo emlazi besishubile kwaze kwadingeka ukuba kuqiniswe ezokuphepha. Inkonzo yesikhumbuzo sakhe ebingolwesithathu kuleli sonto nayo ibe ngundabizekwayo njengoba bekungathi yiphathi, kubhiyozwa.

ISITHOMBE: SABELO MASUKU

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.