ZIWUSHAYILE KUSTHANDWA NZUZA

Ilanga langeSonto - - Front Page - ISITHOMBE: SITHUNYELWE

IBHAYIBHELI lithi “Akukho okufihliwe okungeyukuvela”. Umphostoli Philani Gama wenew Christian Fellowship ethekwini ushade umshado oyinkethabakhona nesiphalaphala somsakazi wokhozi FM usthandwa N zuza. Lomshado ububanjelwe endaweni yabadla izambane likapondo entshonalanga yetheku ehillcrest. Kulo mshado izintatheli bezingadingeki nokuba zisondele eduze kwakhona, kodwa ILANGA langesonto likwazile ukuthola isithombe salaba bobabili bebopha elikasofa silahlane.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.