ISIDINGO

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

IZINTO ziyajika ngesikhathi unina ethola imfihlo ngesithandwa sakhe. Ubarker ufuna kususwe isitha. Unikiwe uthatha isinqumo sokuba abhekane nogabriel ngendlela ebuhlungu. Kusabhekwa usedima kodwa isikibha esinegazi ne-passport yakhe kulele ndawana thize. Ubev ubuza unina ngezinsolo zokuthandana nomajola kodwa unina uveza ukuthi umajola udlale ngabo bobabili. U-anja uyajabula uma ethola ukuthi uhendrik kunokwenzeka aye kwi-matric dance. Ngabe usedima uzotholakala ephila. Ugeorgie ubuza unina ngokurojwa kwakhe.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.