GENERATIONS: THE LEGACY

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

USPHE akajabule uma ebona umndeni wakhe umthelekela. Unolwazi nowandile basondelana njengabangani. Umuzi wakwamabaso ujika uba yindawo yokucasha. Uzitha wenza isinqumo esinzima kakhulu. Uyster uthunjiwe. Abadala bamile ezwini lokuthi kakuzuba khona sehlukaniso somshado. Kunzima ukuthwala isazela, umazwi uzama ezinye izindlela zokuhlenga umshado wakhe. Ugetty ubuya ezozincengela kucosmo. Unandi uyala usphe.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.