INKATHA IHLABENE NGAMALUNGA AMASHA

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

INKATHA Freedom Party, eholwa yinkosi umangosuthu Buthelezi, ihlabene ngamalunga amasha angama-200 okubikwa ukuthi aqembuke kwelinye iqembu lepolitiki etrustfeed emshwathi, maphakathi nekwazulu-natal, ngempelasonto edlule. Emukelwe ngezandla ezimhlophe yizikhulu zaleli qembu ezibonakala kulayini ongaphambili.

ISITHOMBE: SITHUNYELWE

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.