ISIDINGO

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedi sizungu -

IMPILO kahendrik isengcupheni. Usechaba unovalo ngokuquleka kukalerato. Ubenjamin, unikiwe, urajesh nokgothalo babuka udaba lokudutshulwa kukabarker kumabonakude. Ubradley kumele abhekane nobunzima emuva kwesehlakalo sokudubulana ethe Duncan. Ugeorgie ukhomba isoka likanina ngokuthi yilo elenze kwalula ukuba kurojwe. Ukgothalo unomsebenzi omningi okumele awenze kodwa kunzima ukuba awenze aphinde anakekele norajesh. Basashaqekile ehorizon Deep ngesehlakalo sokudubulana.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.