ISIDINGO

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

IMIZAMO ka-anja yokugwema uhendrik ifika esiphethweni uma ulalage ekhombisa amandla akhe. Unina ubhekene nenkinga yokwamukela ingane ka

Georgie asanda kuyithola.

Kungabe sekuyaphela ngehhotela iduncan? Ugatanga uveza okushiya abaningi bekhexile ngosafira. Urajesh ujabula ngokweqile mayelana nodaba lomntwana. Unikiwe ubhekana ngqo nogabriel. Ugatanga uxwayisa umatlala ngokuthi angazidonseli amanzi ngomsele emadlozini. Unikiwe wenza okufanelekile uma ehlaselwa yisitha. Umatlala uphoqwa yisimo esingase sephule inhliziyo kageorgie.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.