GENERATIONS: THE LEGACY

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

UMAZWI ushiya wonke umuntu edumele. U-AK uthola okuthile kwifayela elintshontshiwe. Ababalekile baphoqeleka ukuba balale emgwaqweni. Uzitha uhlangabezana nokuthile uma evuka. Usmanga ugeqa amagula ngorori. Usphe uyashaqeka ngemiphumela yegazi. Unolwazi useqala ukukhathala ngokuziphatha kukamngani wakhe. Umpho uthola isibhaxu. Ugog’flo uzifaka kolunye utaku ngokugembula.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.