SCANDAL!

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

Uromeo uthola ulwazi ngosathane obethikameza impilo yakhe. Uquinton akazimisele ukudingida osekwadlula. Uyvonne uveza okuthile okuqukethwe yisithombe. Uromeo ukhuluma ngaphandle kokucabanga nokumenza enze izinsolo ezingenasisekelo. Isipho senza ulayla aqhubeke nokudunguza ebumnyameni.

Usiseko ubeka umnqamulajuqu.

Uromeo uthuswa yimizwa yakhe. Izithandani zihlangabezana nezingqinamba nokwenza ubudlelewano bubemuncu. Usiseko uqasha impimpi. Kuphenduka amatafula uma uquinton ezimisele ukuphatha impilo yomunye umuntu. Abesifazane ababili abazi ukuthi konke abakuhlelayo kuyabonwa.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.