SKEEM SAAM

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

UCHARITY wenza iphutha eliwubulima elishiya ujohn edidekile. Uclement useqala ukwesaba. U-itumeleng ushiya umokgadi ebambe ongezansi. Seliqala ukumshonela umary Matloga. Izinto seziqala ukuba ngaphezulu kwamandla kumokgadi. Isikhathi siyahamba njengoba uclement eseqala ukwesaba. Umary ubuzwa ngempilo yakhe yakudala kodwa akazimisele ukuphumela obala. Ucharity ubuza umary umbuzo angazi uzoqala ngakuphi uma ewuphendula. Ekugcineni umary uphumela obala ngeqiniso.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.