UFELANI UMSHENGU?

Ilanga langeSonto - - Imibono -

MHLELI, njengomunye wabathandi bakamasikandi nosigiya ngengoma okhozini FM ngithi ake ngiphawule ngale ndaba kamshengu (unkosinathi).

Angiliboni iphutha njengamanje kumshengu nobheka Mchunu. Yimuphi lo msakazi enimfunayo enifuna ukumthuka balandeli bakamasikandi?

Utshatha wayethukwa, ungizwe wayethukwa nithi bachemile. Umshengu ngabe ufela ukuba nomoya ophansi? Akekho umsakazi eniyomthanda kusigiya Ngengoma ngoba vele into eniyifunayo

ukuba kuhlezi kudlalwa amaqhawe enu. Mshengu nobk, isabambe ngakho madoda, ningabanaki oqhawe lami yibo, ongoma uyayona.

Mpha Shabalala KWAMTEYI, EMNAMBITHI

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.