NGISIZENI NGITHOLE LE ALBHAMU

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

MHLELI, ngingumuntu owuthandayo umculo wesintu. Kuneqembu elingatholakali ezitolo okuthiwa Abadobi Babantu, elicula umbhaqanga. Sengizame zonke izitolo, alitholakali.

Uma kwenzeka bebona banga- xhumana nami kule email: hadebesibusiso20@gmail.com. Noma bacele izinombolo zami kumhleli.

Sibusiso Madoda Hadebe ekatlehong enhlapo Section

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.