KULIMALE ABAYI-19 ENGOZINI YOMGWAQO

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

KULIMALE abantu abayi-19 engozini ebandakanya itekisi neveni emgwaqweni u-r114 ecenturion epitoli izolo ngomgqibelo ekuseni. Kubikwa ukuthi balimale bonke abayi-17 abebesetekisini nababili abebehamba ngeveni.

Abalimele balashelwe endaweni yesigameko ngaphambi kokuba baphuthunyiswe esibhedlela.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.