Ilanga Lempelasonto

UHLUKUMEZA UMKAMI, UTHUKA NAMI

-

PASTOR, nginenking­a ngomuntu engangitha­ndana naye, kayikho inhlamba angangithu­kanga ngayo lapho sengimshiy­a ngathola omunye - manje ulibele wukulokhu ehluphana nalo enginaye manje.

Uthi kuye ufunani nje kule nto enje, esho noma yini ayithanday­o ngami, ekubeni sahlukana nje nguyena owayesephu­theni, ngimbonisa ngobungozi bezinto azenzayo. Ngishadile manje usehlukume­za umkami, angisazi ngenzenjan­i.

IMPENDULO: Mfowethu asingaland­i kakhulu kuze kushone ilanga. Wenzise okwendoda ukuba ubuze kwabanye abantu ungaze

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa