WAZE WAPHAKAMA MKHUFEKHUFE

Ilanga langeSonto - - Izithombe -

WE bantu, lo bhuti okuthiwa ngubenny Maveric ngempela uyithathaphi impakamo engaka? Awungitshele, ngubani owathi ungcono wena? Ngihlangane nawe esikhumulweni sezindiza ngakubingelela kodwa wangavuma. Nokho ngakuxolela ngoba ngazitshela ukuthi awuzwanga. Kodwa kuthe sengikubona komunye umcimbi ngakubingela wangavuma futhi. Angazike noma uyisimungulu yini noma uzibona ukuthi ungcono. Ngiyakukhuza-ke, musa ukuzenza guava juice ube uyilemon. Umzala uzokudiliza kabuhlungu ezitezi uma uzibona usushayela top. Khuzeka.

BENNY Maveric

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.