UMUNTU AKALAHLWA!

Ilanga langeSonto - - Izithombe -

BAQINISILE abathi umuntu akalahlwa! Ubani obelindele ukuthi ureneilwe “Beyonce” Letsolonyane engashadelwa isiphalaphala esinjena?

Kodwa ngike ngibone ekhasini lakho enkundleni yezokuxhumana ukuthi ungumuntu osondelene kakhulu nonkulunkulu, ingakho nje imithandazo yakho eyizwa kalula.

Phela le ntokazi ubungeke uyithole ngobuso bakho nje, kumele ungayeki ukuthandaza ngoba kuyakusebenzela.

Inhle inkosikazi yakho shame.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.