RHYTHM CITYMON-

Ilanga langeSonto - - Izithombe -

URENE utshela umusa ukuthi uyaqeda ngobudlelwano kodwa kumusa kuyisiqalo lokhu. UBAsh uzama ukuthola ukuthi ngubani okhuluma iqiniso.

Urene uyanyamalala, wonke umuntu useqala ukubona ukuthi kukhona okungahambi kahle. Ubongi uzama ukuvala ubash umlomo kodwa wenza isimo sibe sibi.

Akekho ofuna ukunaka umampho ngokuthunjwa kukaReneilwe kanti ukop ugxeka yena ureneilwe. Ubongi unecebo elingelihle ngobash. Ucuba uthola indoda kwi-internet. Urene usondelana nathunjwe naye.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.