SCANDAL!

Ilanga langeSonto - - Izithombe -

INDODA okudicileleke isithunzi sayo phansi ifuna ukuzibambela mathupha umthetho ukuze kuphumele obala ukuthi kayinacala. Owesifazane othile uzama ukuveza isigebengu kodwa uthola ukuthi sesikade sazivuma izono zaso zakudala.

Uphindi unyonyobisa othile emzini wakwangema kodwa ubonwa ngumakhelwane. Intatheli ethile iqaphela uzakwabo ongathembekile kanti owomndeni yena ulindile. Abangani bakudala bayahlangana futhi. Owesifazane othile unombiko ngombono ngendodana yolahleko. Indoda ethile ithola ubufakazi obubambekayo ngokuthi ngubani isitha sangempela.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.