VUKA UZITHINTITHE:

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

uqale phansi uzibuke esibukweni, uzinuke amakhwapha bese uzisusa inkwethu esekhanda ngoba inkinga inawe.

Ukushiya umuntu othandana naye nokuphingela umuntu othandana naye yinto eyodwa leyo. Kubuhlungu ukufulathela isithandwa sakho bese uya la uthatheke khona bafike bakugile ukwedlula la ofulathele khona. Uma into ikugile kanye kuyiphutha elijwayelekile kodwa uma isikugila okwesibili kukhona into engalungile ngawe.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.