RHYTHM CITY

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

UMUSA unecebo elithile ngo

Rene. Ubongi ukhathazekile ngokuthi ubash uyamsola.

Ucuba umemezela izindaba ezimnandi.

Umkhankaso othi #Where

Iselektra uyasabalala, umusa norobert baqala ukukhathazeka. Ukop uphikisana noyise karene. Ubash usola ubongi ngokuzama ukumbulala. Ubash wenze izinto zazimbi ngokutshela upearl ngokuthi wesaba isinqandamathe sakhe esingumbulali.

Umampho uphumela obala ngezinsolo zakhe, uphinde abhekane nemiphumela yokuzithathela umthetho.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.