SKEEM SAAM

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

UCELIA ukholwa wukuthi unimza ulawulwa yintokazi esencane eluhlaza. Uwallet umangazwa ngabangani bakhe abangazimisele ngokumsiza ukuba afinyelele emaphusheni akhe.

Isithunzi sika-alfred sidicileleka phansi mayebuka umdwebo ongaye. Umantuli wehluleka wukulawula ukudinwa yize esendaweni yomphakathi. Uclement uzithola eyimvu yomhlatshelo. Ukwaito uthola ithuba lokubhekana ngqo nomr Spiller. Urachel ubhekana nentukuthelo kacelia.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.