YIMFISHIMFISHI LE NTO KAMAMPINTSHA

Ilanga langeSonto - - Sizungu -

KHUZANI bo, nakhu sidlala umampintsha sibe sisazodlala ukufa. Yey’ wena Mpintsho, yimfishimfishi yani manje le oyiculayo? Angikwazi ukuthi unani umthetho wakho ngoba kade ungayenzi le nto.

La maketango ocula ngawo uwabiza ngengoma yangempela noma umdlalo? Uma ngiyilalela le nto yakho oyiculayo kuzwakala sengathi uyiqophe kade

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.