RHYTHM CITY

Ilanga langeSonto - - Sizungu -

UBONGI nabanye bazama ukungenelela odabeni luka

Lungile. Umphakathi ufaka ingcindezi ngokunyamalala kukarene. Ucuba uchazekile.

Urene uyeqa kodwa kukhona okuzomshaqisa.

Ubongi wenza isinqumo ebesingalindelekile kanti ubash akasithandi. Ucuba uthola okunye ngesithandwa sakhe esisha. Umusa norobert bakhetha ukubhekana nodaba lukarene. Umadikgetla usola udavid ngokudukisa amaphoyisa. Uhilgard ungena phakathi kukapuleng nocuba. Impilo karene ilengela eweni.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.