Ithemba ngokuvuka kwebongo Maffin

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

nguthandiswa Mazwai, Stoane Seate, Anesu “Jah Seed” Mupemi odabuka ezimbabwe noharold Rangakane Matlhaku odume ngelikaspeedy.

Ekhuluma NELANGA Langesonto u-oskido uthe nakanjani uzophela lo nyaka isiwukhiphile umculo wayo ibongo Maffin.

“Simatasa sihlanganisa i-albhamu kodwa ziningi zona izingoma esezikhona. Sisazobheka okuyiyona yona.

"Ngesizathu sokuthi imboni isishintshile kungenzeka singakhiphi i-albhamu ephelele zisuka, siqale ngamasingili, kodwa nakanjani lo nyaka uzophela usukhona umsebenzi esesiwudedelile,” usho kanje, eqinisekisa nokuthi aphelele wonke amalungu ebongo Maffin kulo msebenzi oqoshwayo.

AMALUNGU ebongo Maffin. Kusuka kwesobunxele nguspeedy, uthandiswa Mazwai, ujah Seed nostoane.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.