MUVHANGO

Mon-fri, SABC2 @ 21:00

Ilanga langeSonto - - Front Page -

UJAMES uyethuka ukuthi kanti umndeni wakwazikalala unesayidi elimnyama ngale ndlela. Uvho-mukondeleli uveza ukuthi umfazi kamulalo uselungile.

Urashaka wexwayisa uranthomeng ngayethandana naye. Umoliehi uzama ukusabisa uterror kodwa uyehluleka. Umulalo unovalo njengoba amalungiselelo enkosikazi esesondele. Kunesimo sokuthunjwa emzini kahangwani. Uteboho unovalo njengoba kukhona okungejwayelekile okwenzekayo. Uranthomeng ucela u-imani ukuba amshade.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.