ISIDINGO

Mon-fri, SABC3 @ 19:00

Ilanga langeSonto - - Front Page -

IZISEBENZI zasemayini zidinwe ngokweqile, ziqhubeka nokuvimba ebhilidini lasesibeko Towers. Umphakathi wonke wasehorizon Deep usebumnyameni njengoba isibeko Gold ingafuni ukuphumela obala. Usechaba unquma ukuthi sekwanele, uben kumele alalele yena njengemeya. Ulincoln uthola umyalezo kodwa ucingo lwakhe lufile akakwazi ukuyibona. Usechaba unesivakashi angasidingi. Izisebenzi zasemayini seziqala ukulwa zodwa. Uhendrik ucela ukwenzelwa okuthile nguZandre. Ubudlelwano bukaseline nothile bufinyelela ekugcineni.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.