GENERATIONS: THE LEGACY

Mon-fri, SABC1 @ 20:00

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

ULESEDI unethemba ngesikhathi umndeni wakhe uvakashelwa ngumr Carlson. U-okuhle akaneme ngokuphucwa inkululeko yakhe asanda kuyizuza. U-jack uveza ukuthi akazange ambulale uthabi. Ukabisi ushaqwa amanga nezinhlelo ebezenziwa engaboni. Ukuqeda ngodmitry kubukeka sengathi kuzoba umqansa. Usphe akazuvumela ukusatshiswa ngabakwacele. Umazwi ubuzwa ukuthi ungakuluphi uhlangothi. Uwandile uthola isiyalo esithinta ezothando kumuntu abengamlindele. UMR Carlson ungena izingane zigoqa ugwayi.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.