SKEEM SAAM

Mon-fri, SABC1 @ 18:30

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

U-PRETTY nothoko bathola ubufakazi abakudingayo ngomantuli. Ulehasa uthola ukuthi ngubani umzala kalelo. Ubig Boy kunokuthile okumkhumbuza akusabayo. Ulelo uzwa ulehasa ecela okuthile emtholampilo. Umantuli uphoqeleka ukubhekana namanga akhe phambi komndeni wonke. Ukat ucikwa ngakutholayo ngokuthi kumele axhumane nobani kwi-cocktail party. Umuzwa kalehasa mayelana namaqanda kazandile ayegciniwe kumenza abe nokuphazamiseka. Umantuli uphoqeleka ukuzehlisa phambi komndeni wakhe.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.