EZENKOLO:

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

ame emigwaqeni edayisa o- magazine, senza okusebhayibhelini okuwumyalelo kajesu wokuthi masihambe sishumayele ivangeli.”

Lesi siqubulo obekuhlangenwe ngaphansi kwaso sithathwe encwadini kajoshua 1:7 lapho kufundeka khona kanje:

“Qina kuphela, ume isibindi kakhulu, uqaphele ukwenze ngokomthetho wonke akuyala ngawo umose inceku yami, ungaphambuki kuwona ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo ukuba ube nempumelelo nomaphi lapho uya khona.”

Umhlangano uphethe ngesonto ekuseni ngesifundo senqabayokulinda esifingqiwe.

knowledge.simelane@ilanganews. co.za Caption 1 Caption 2 Caption 3

INGXENYE yezihlwele zamalungu ofakazi bakajehova emoses Mabhida Stadium ethekwini ngeledlule.

ABANGEZWA, abangaboni, abangakhulumi bayanakekelwa enhlanganweni yofakazi bakajehova. Lapha bebesemoses Mabhida Stadium, ethekwini, kubukwa i-video ekhombisa isibindi lapho uchakide ebulala ugolokoqo lwenyoka.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.