ENGIMNAKEKELE EGULA USENGIBIZA NGEBHINCA

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

PASTOR: Nginenkinga yendoda engithandana nayo yokuthi ibiqonywa kakhulu ngaze ngayiyeka ngabuyela ekhaya. Ngithe ngiselapho ngafonelwa kwathiwa iyagula isesibhedlela ikhala ngami, ithi akekho owesifazane emthanda njengami.

Ngaya ngayinakekela yaze yaphuma esibhedlela. Kumanje ngihlala nayo, isiqale phansi iyeyisa ithi ngeke ngiyiyekise ukuqonywa, ingibiza ngebhinca elingafundile,

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.