ISIDINGO

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

UWENDY wenza impilo yazisebenzi zasemayini ibe nzima kakhulu. Ugabriel nosithembiso balwela ukuthi ngubani obhale kahle. Uhendrik uthola izindaba ezishaqisayo kanti uben uzama indlela yokuphuma otakwini akulona. Ulalage uvakashelwa wumuntu abengamlindele. Kungabe ugabriel uzokwazi ukuqhubeka nokulutha usechaba ngenhloso yokumgingqa phansi esikhundleni sakhe? Ugabriel uyaqaphela ukuthi uthole ofana naye kusithembiso. Ubenjamin unokuthile akuphathele untando, ushayela isipikili sokugcina sokuqeda ngolincoln. Uben wenza obekungakaze kucatshangwe okwethusa abantu.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.