UZALO

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

UMAMLAMBO ubhula umlilo ngempumelelo. Umagwala ubeka umndeni wakhe phambili kanti usbu uthola indlela yokuzincengela kunkunzi. Unkunzi ubhekana ngqo nomxolisi, u-amos nolast Namba. Umangcobo wenza isinqumo sokubuyisela impilo yakhe kweyejwayelekile kanti uzekhethelo ushaqisa umxolisi. Indlela yokuziphatha kukasbu yenza ufikile asale nemibuzo. Ugabisile utholela uzekhethelo iphrojekthi lapho ezokwenza khona umsebenzi kankulunkulu. Umagwala unokwesaba. Umangcobo unika unkunzi umnqamulajuqu.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.