RHYTHM CITY

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

UBLOSSOM uphelelwa yisineke sezivakashi zakhe nokop. U-rene uyazikhipha futhi. Ugail ubhekana nodavid notoolkit ngemuva kokuba beshaye ugabe. Umampho ucela ukukhushulelwa imali ngulerato. Ukop uthola isixazululo sesikhashana.

Ekugcineni udennis uthola ithuba lokuziphindiselela kudavid, abantu abahlose kakhulu nguquinton nogail. Ulerato unesicelo esethusayo esiya kumampho. Abakwakhuse balwa impi abangasoze bayinqoba yendlu yabo. Usemathubeni okulahlekelwa yikho konke ugail njengoba izinto zihamba ngendlela afisa ngayo utoolkit.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.