SCANDAL!

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

UNDUMISO uzama ukudlala udintle kodwa yena akayingeni leyo.

Ngesikhathi kunengxabano phakathi kuka-omphile nomlungisi, umlungisi uzama ukufaka uthando kakhulu ngenhloso yokubhula umlilo. Utimothy ucabanga ukuthi konke kulawuleka ngendlela, uyvonne uzitshela ukuthi usadinga usizo. Ugloria uhlangene nofana naye kuphindile. Isigebengu esithile kasinakile ukuthi sesizobanjwa. Owesifazane osemncane usiza udadewabo ukwenza okungekho emthethweni. Uguinevere ushaqekile ukuthola iqiniso ngendodana yentombi yakhe. Udintle ufuna ukuntshontshela othile kodwa uzithola esekhonjwa ngesibhamu.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.