SIHLAZIYA AMA-CD

Ilanga langeSonto - - Izindaba - NO: KNOWLEDGE SIMELANE

UMCULI: JONNY JOBURG ISIHLOKO: CITY OF GOLD ISIHLOKO: MORIRI WAMA INDIAN

UHLOBO LOMCULO: HIP HOP UNYAKA: 2017 AMAPHUZU: 8/10 KUHAMBA kahle lapha. Le-albhamu nguwayawaya, amaxhwele omculo we-hip hop azosutha kuphelelisiwe. Ziyi-12 izingoma sezizonke. Ungafunga ukuthi lensizwa ngeyasemazweni aphesheya kwezilwandle kanti ngumfana wengabade. Iyatholakala ezitolo zomculo.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.