NGIZIZWA NGILAHLEKILE

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

UMBUZO: NGIPHELELWE yithemba empilweni - ngingowesifazane, anginamngani, angithandani namuntu, ngilahlekile nje. Ngenzenjani?

IMPENDULO: Ngesinye isikhathi siye sizenze abantu abanenkinga sibe singenayo nencane inkinga le. Eqinisweni nje dadewethu angazi ukuthi iyiphi inkinga onayo la?

Ngicabanga ukuthi indaba iqala ukonakala lapho uzitshela ukuthi impilo yakho kufanele incike kwabanye abantu okungabangani nesoka.

Mhlawumbe ngabe sikhuluma olunye udaba uma uthi ulahlwa ngabantu bakini, abakufuni.

Lokho kungaba yisimo esinzima kakhulu ngoba phela ayikho indawo edlula ikhaya.

Ngiyazi ukuthi siyabadinga abangani, kanjalo futhi

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.