UZALO

Ilanga langeSonto - - Ezikaqed -

UMONDLI uhlenga ubhekumuzi nomysterious Man ekufeni. UZEkhethelo unethemba lokuvuselela ubudlelwano bakhe nomxolisi.

Ubhekumuzi nomysterious Man basiza amaphoyisa ukuba abophe izigelekeqe.

Unkunzi uyehluleka wukugcina ukuthula emzini wakhe. Ugabisile ucela ufikile amsize ukuze akwazi ukuthola akudingayo kugc. Uzekhethelo nonosipho bathola isikhathi ndawonye. Ekugcineni ufikile uyakwazi ukufinyelela ocingweni lukagc. Usbu nofikile bathola okuthile okubajabulisayo. Umamlambo akazimisele ngokuthutha ayohlala emzini wakwamhlongo.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.