GENERATIONS: THE LEGACY

Ilanga langeSonto - - Ezikaqed -

UHAMBO lukalucy lokuzikhipha kaluhambi kahle. Utina uyethuka ngesikhathi upele emklinya. Ucosmo udinwe uyaqhuma mayethola ukuthi kunothile ongumhlukumezi ezinkundleni zokuxhumana.

Uwandile uzifaka enkingeni futhi nge- yakhe. Udetective Roberts unomkhondo ecaleni likalesedi. Umrekza akeneme ngokuthola ukuthi ulucy uyamlandela. Ulinda unecebo lokuthi angasilungisa kanjani isimo sezothando somphathi wakhe.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.