NKOSENHLE MABANGA (EISH SAN)

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

* Une- diploma kwisafety Management. Uthando lwemfashini lugqugquzelwe ngabangani abebebona uthando lwakhe lwezimpahla zokugqoka nangendlela abegqoka ngayo.

* Unonyaka owodwa vo engene kwezemfashini

* Unephupho lokubona i-eish San ingenisa emalokishini onkana, kungagcini ethekwini kuphela.

* Uchaza i-eish San njengelebuli echaza konke ngelokishi, kusuka endleleni umuntu aziphatha ngayo, yindlela yokukhuluma nokugqoka.

* Uchazwa njengomuntu ozithobile futhi ungumuntu wabantu.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.