MUVHANGO

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

UKUZWANA kwamagazi phakathi kukajames no-imani yinto engeke yabalekelwa. Utenda noLivhuwani baveza uthando lwabo obala. Uvhangani uyaqaphela ukuthi useani useshintshile.

Uthobile ubona okuthile phakathi kukajames no-imani. Ulivhuwani uyaqaphela ukuthi utenda ubemsebenzisa. Uja-mes ufuna urendani aqede ngobudlelwano bakhe noskhumbuzo. Utenda uthela ulivhuwani ngehlazo. Useani uyavuma ukuthi izinto zishintshile. Urendani ucabanga ukuthutha kubo.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.